Idube nehashi ziphikisana ngokuthi ubani omuhle futhi nokwazi ukugijima kakhulu. Ingabe umlimi uzokhetha bani?
Ikati ligcina linganakudla ngokuvilapha kakhulu
UNosipho nabazali bakhe bavakashela esiqiwini sezilwane. UNosipho wayejabule kakhulu edlala nenja yakhe uBruno. uNosipho udukelwa yinja yakhe ekade adlala nayo. Uthe lapho esayicinga wahlangana nebhubesi.
Ingabe izinkukhu zivela kuphi?
Imvula yabe isine isikhathi eside inganqamuki. Umama uxoxo wabe elokhu eqgolozele njalo amaqanda akhe. Kuthe engazelele elinye lamaqanda lamuka namanzi! Ingabe kuzokwenzekani kuleli qanda? Ingabe lizosinda?